ads

Monday 9 January 2017

UTHANDO LUKA BABA - PAPANE












uThando Luka Baba
uThando Luka Baba
Lunje Ngolwandle Bo
Lubanzi Lujulile
Luyazeka Yini Bo

Lwafinyelela Kimi
Ngisezonweni Zami
Alwaze Lwangidlula
Lwangisindisa Nami

O Baba Ngiyabonga
O Baba Ngiyabonga
Nangenhliziyo Yami
Sengiyavuma Ngithi
Ungumsindisi Wami

Ngizokwethemba Njalo
Ngizokwethemba Njalo
Ngisesemhlabeni
Ngizokukhonza Futhi
Ngothanda Enhliziyweni



www.gospelyrix.com







No comments:

Post a Comment